Wednesday 11 May 2011

Masiziqinise

UDavide wayehlupheka kakhulu, ngokuba abantu bekhuluma ngokumkhanda ngamatshe, lokhu izinhliziyo zabo bonke abantu zazinomunyu, kwaba-yilowo nalowo ngenxa yamadodana akhe namadodakazi akhe; kepha uDavide waziqinisa kuJehova uNkulunkulu wakhe. - USauweli I 30:6


Ama-Amaleki alichitha ikhaya likaDavide. UDavide nabantu bakhe bethola abomndeni babo babethunjiwe. Abantu likaDavide bathukuthele kakhulu. Kodwa, ukuthukuthele akwenzanga lutho. UDavide wayedabukile, kodwa wathemba uNkulunkulu. ngakho waziqinisa kuJehova.

No comments:

Post a Comment